Shablon Azhurnie Babochki Dlya Virezaniya Iz Bumagi

14.11.2018

Darame zishingiye kuri Bibiliya. Vana kuri interineti darame zo gutega amatwi zigaragaza amasomo twavana ku nkuru zo muri Bibiliya, kandi umenye ibyerekeye abantu b’ingenzi bavugwa muri Bibiliya n’ibindi bintu bivugwamo. Nanone ushobora kubona videwo zo mu rurimi rw’amarenga. Abantu Ababhala NgoJesu INGABE niyakujabulela ukufunda ndawonye ngoJesu?— * Abanye abantu bayamangala uma bethola ukuthi ayikho incwadi yeBhayibheli eyabhalwa uJesu.

Masiqale sixoxe ngabalobi abathathu ababephakathi kwabaphostoli bakaJesu abangu-12. Ingabe uyawazi amagama abo?— UPetru, uJohane noMathewu. UPetru wabhala izincwadi ezimbili eziya kwamanye amaKristu. Wawatshela izinto ayazi ukuthi zenziwa futhi zashiwo uJesu. Battle realms winter wolf free download.

Vula iBhayibheli kweyesi-, uzwe uPetru echaza amazwi ashiwo uJehova uNkulunkulu esezulwini lapho ekhuluma noJesu.—. Umphostoli uJohane wabhala izincwadi ezinhlanu zeBhayibheli.

Wayehlezi eduze kukaJesu esidlweni sokugcina abafundi abasihlanganyela neNkosi yabo. Wayekhona nangesikhathi uJesu efa. () Wabhala ivangeli elilodwa leBhayibheli elikhuluma ngokuphila kukaJesu elibizwa ngokuthi iVangeli likaJohane.

Wabhala nencwadi yesAmbulo asinikwa uJesu kanye nezinye izincwadi ezintathu eziseBhayibhelini ezibizwa ngegama lakhe. () Umlobi weBhayibheli wesithathu owaba umphostoli kaJesu nguMathewu futhi ngaphambili wayengumthelisi. Kunabanye abalobi beBhayibheli ababili ababazi uJesu ngendlela ekhethekile. Babengabafowabo abancane, kodwa bezalwa uJosefa noMariya. () Ekuqaleni abazange babe abafundi bakhe. Babecabanga nokuthi uyahlanya ngenxa yokushumayela kwakhe ngentshiseko.

() Babengobani laba bafowabo?— Omunye wabo kwakunguJakobe. Wabhala incwadi yeBhayibheli ebizwa ngokuthi uJakobe. Omunye kwakunguJuda, obizwa nangokuthi uJude. Wabhala incwadi yeBhayibheli ebizwa ngokuthi uJude.—. Abanye ababili ababhala ngokuphila kukaJesu kwakunguMarku noLuka. Unina kaMarku, uMariya, wayenomuzi omkhulu eJerusalema, lapho amaKristu okuqala ayehlangana khona, kuhlanganise nomphostoli uPetru. () Eminyakeni ethile ngaphambili, ngobusuku uJesu enza ngabo iPhasika lakhe lokugcina nabaphostoli bakhe, kungenzeka uMarku wabalandela lapho beya ensimini yaseGetsemane.

Shablon

Lapho uJesu eboshwa, amasosha abamba uMarku, kodwa washiya ingubo yakhe wabaleka enqunu.—. ULuka wayengudokotela ofunde wagogoda okusobala ukuthi waba ngumfundi ngemva kokufa kukaJesu. Wafunda ngokucophelela ngokuphila kukaJesu wabe esebhala indaba ecacile nenembile ngakho. Kamuva wahamba nomphostoli uPawulu emsebenzini wokujikeleza futhi wabhala incwadi yeBhayibheli yezEnzo.—. UPawulu ungumlobi weBhayibheli wesi-8 owaloba ngoJesu. Wafundiswa isazi somthetho esidumile uGamaliyeli.